Zulu

 

open_brck MAYELANA NATHIclose-brckt

I-Ansh Intertrade iyinkampani eyi ISO 9001-2015 ikomkhulu layo lise Delhi, Endiya.

I-Ansh inkampani esebenza ngokukhokha, ukuhumusha, ukukopisha kanye nokufaka amagama afundwayo lapho kudlala i-video okuvela kubathengisi  nakubahumushi abazimele abakuyona yonke indawo ezweni.

Sifunda amakhono, izizinda kanye nemvelaphi yabathengisi noma abahumushi ukuze sinikeze umphumela ofiselekayo.

Amakhasimende ethu ayawaazisa ukwethembeka kwethu kanti futhi nabathengisi noma abahumushi bayasithanda ngenxa yendlela yethu yokukhokha ephumelelayo.

Ungalindela umphumela osezingeli elifanele, amanani agculisayo nangesibalo esiphakeme sezilimi.

I-Ansh ine

Isitifiketi – I- ‘ISO 9001-2015’.

Abalawuli – Ithimba elakhiwa abesifazane.

Okuhlangenwenakho – Iminyaka engu 19 ehlaba umxhele kwabezindaba, iminyaka engu 8 yokusebenza Ezweni Lonke kanye neminyaka eyishumi ebhizinisini lokuhumusha, Ukukhokha, ukulawula idatha

Izinsiza – abathengisi abakhokhelwayo abangu 3000, abahumushi abazinzile abangu 12000 kanye nongoti babakopishi abangu 2000

Izilimi – Sihumushela ezilimini ezingaphezu kuka 2400 (okuyinani elikhulu emhlabeni)

-Ukuqeqesheka – Sisebenzisa uhlelo lwe-computer olubizwa nge ‘WASP’ ukulawula ngempumelelo imisebenzi.

-Ukubakhona – Thina sodwa singabahlinzeki bomhlabawonke abamelela izinkampani eRussia, eSingapore nase UAE.

Okungenhla kwenze i-Ansh yathola ukwethenjwa ebhizinisini izinkampani zokuhumusha noma ezokunyathelisa ezingaphezu kuka 200 kanye nezinkampani ezingaba ngu 800 ezisisebenzelana nazo njengabasekeli abathembekile.

Language

Zulu

Language name written as

Zulu

Country of Origin

South Africa

Country Flag

zulu

Script

Latin (Zulu alphabet)
Zulu Braille

International language Code

zul

Font Look

 I-AnshIntertradeiyinkampanieyiISO 9001-2015 ikomkhululayolise Delhi, Endiya.
I-Anshinkampaniesebenzangokukhokha, ukuhumusha, ukukopishakanyenokufakaamagamaafundwayolaphokudlalai-video 
okuvelakubathengisinakubahumushiabazimeleabakuyonayonkeindawoezweni.

Native speakers

12 million (2011 census)

Wikipedia Link

https://en.wikipedia.org/wiki/Zulu_language